Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/15 k. 8
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Lisebenzise Njalo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
km 3/15 k. 8

Izintshumayelo Ezisikiselwe

INqabayokulinda April 1

“Namuhla sihambisa leli pheshana kuwo wonke umuntu kule ndawo. [Nikeza umninikhaya ipheshana elithi Ucabangani NgeBhayibheli? bese umbuza imibuzo esekuqaleni. Mbonise impendulo enikezwa iBhayibheli kweyesi-2 Thimothewu 3:16 futhi umkhuthaze ukuba afunde leli pheshana lapho esenesikhathi.] Abantu abaningi abazi ukuthi iBhayibheli linikeza izimpendulo ezigculisayo emibuzweni efana nale. [Mbonise imibuzo esekuqaleni esihlokweni sokuqala sale Nqabayokulinda.] Lo magazini uchaza indlela ongathola ngayo izimpendulo eBhayibhelini lakho.”

Phaphama! April

“Sinihambele kafushane namuhla ngenxa yokuthi abantu abaningi bakhathazekile ngezinguquko abazibona emindenini. Eminyakeni edlule, ngabazali ababeqondisa izingane zabo kodwa manje kubonakala sengathi izingane eziqondisa abazali. Ucabanga ukuthi abazali baziyala ngendlela efanele izingane zabo namuhla? [Lindela impendulo.] NgokweBhayibheli, isiyalo sibalulekile. [Funda izAga 29:17.] Lo magazini ukhuluma ngezimfundiso zeBhayibheli ezilinganiselayo ekuyaleni izingane.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela