Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Mashi k. 5
  • March 21-27

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • March 21-27
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Mashi k. 5

March 21-27

JOBE 6-10

  • INgoma 68 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJobe Othembekile Uveza Usizi Lwakhe”: (10 imiz.)

    • Jobe 6:1-3, 9, 10, 26; 7:11, 16—Lokho abantu abakusho besosizini kungase kungasho lokho abayikho ngempela (w13 8/15 19 ¶7; w13 5/15 22 ¶13)

    • Jobe 9:20-22—UJobe waphetha ngokungeyikho ngokuthi uNkulunkulu akanandaba nokuthi uyabugcina ubuqotho noma cha (w15 7/1 12 ¶2)

    • Jobe 10:12—Ngisho nalapho esovivinyweni olukhulu, uJobe washo izinto ezinhle ngoJehova (w09 4/15 7 ¶18; w09 4/15 10 ¶13)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jobe 6:14—UJobe wakuqokomisa kanjani ukubaluleka kothando oluqotho? (w10 11/15 32 ¶20)

    • Jobe 7:9, 10; 10:21—Uma uJobe ayenethemba ovukweni, pho kungani asho amazwi akula mavesi? (w06 3/15 14 ¶11)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu akulokhu kufundwa kweBhayibheli engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Jobe 9:1-21 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: wp16.2 16—Khulumela ilungiselelo lomnikelo. (2 imiz. noma ngaphansi)

  • Empindelweni: wp16.2 16—Beka isisekelo sempindelo elandelayo. (4 imiz. noma ngaphansi)

  • Esifundweni SeBhayibheli: fg isifundo 2 ¶6-8 (6 imiz. noma ngaphansi)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 114

  • Sebenzisa Ukuqonda Lapho Ududuza Abanye: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video abadala abayibuke eSikoleni Senkonzo SoMbuso samuva. Yibe usucela izilaleli zisho ukuthi abazalwane ababili basibeke kanjani isibonelo esihle sendlela yokukhuthaza umuntu ososizini ngenxa yokufelwa.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 11 ¶12-20, nokubukezwa kwesahluko (30 imiz.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 27 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela