Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Okthoba k. 6
  • October 24-30

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • October 24-30
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Okthoba k. 6

October 24-30

IZAGA 17-21

  • INgoma 76 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Phishekela Ukuthula Nabanye”: (10 imiz.)

    • IzA 19:11—Hlala uzolile lapho uchukuluzwa (w14 12/1 12-13)

    • IzA 18:13, 17; 21:13—Qiniseka ukuthi uyazi kahle indaba (w11 8/15 30 ¶11-14)

    • IzA 17:9—Zithethelele ngothando iziphambeko zabanye (w11 8/15 31 ¶17)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzA 17:5—Yisiphi isizathu esenza kubaluleke ukukhetha ezokuzijabulisa ngokuhlakanipha? (w10 11/15 6 ¶17; w10 11/15 31 ¶15)

    • IzA 20:25—Lesi simiso sisebenza kanjani lapho kuqonyiswene nasemshadweni? (w09 5/15 15-16 ¶12-13)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 18:14–19:10

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Hambisa isimemo semihlangano yebandla. (inv)

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) inv—Phetha ngokwethula i-video ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso?

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 57 ¶14-15—Siza ofunda naye ukuba athuthukise indlela agqoka nazilungisa ngayo emihlanganweni.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 77

  • Ukubuyisana Kuletha Izibusiso: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Ukubuyisana Kuletha Izibusiso. Yibe usubuza le mibuzo elandelayo: Yiziphi izinyathelo okufanele ngizithathe lapho ngiphazamisekile? Yiziphi izibusiso esizitholayo lapho sisebenzisa izAga 17:9 noMathewu 5:23, 24?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 2 ¶35-40, ibhokisi elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?,” neshadi elithi “UMbuso KaNkulunkulu—Uhulumeni Ongokoqobo” nelithi “Babekulungele Ukuzalwa KoMbuso”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 144 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela