AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ISIHLABELELO SEZIHLABELELO 1-8
Intombazane EngumShulamiti—Isibonelo Esifanelwe Ukulingiswa
Yini eyenza le ntombazane ibe isibonelo esivelele kubakhulekeli bakaJehova?
Yabonisa ukuhlakanipha ngokulinda umuntu emthanda ngempela
Yenqaba ukuthonywa abanye ukuba ithandane nanoma ubani nje ehlangana naye
Yayithobekile, ilinganisela futhi imsulwa
Yayingeke ivumele ukuba uthando lwayo luthengwe ngegolide noma ngezithopho
Zibuze:
‘Iyiphi imfanelo yentombazane engumShulamiti engingazama ukuyilingisa kangcono?’