Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Septhemba k. 4
  • Landela UJesu Ngezinhloso Ezinhle

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Landela UJesu Ngezinhloso Ezinhle
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Akukho Lutho Olungakhuba Abalungile
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2021
  • Uzokhubeka Yini Ngenxa KaJesu?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2021
  • ‘Gxila’—Ungakhubeki
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
  • Qikelela Ukuba Ungakhubeki Futhi Ungabakhubi Nabanye
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Septhemba k. 4

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | JOHANE 5-6

Landela UJesu Ngezinhloso Ezinhle

6:9-11, 25-27, 54, 66-69

Lapho uJesu enza umfanekiso okwakunzima ukuba abafundi bawuqonde, abanye abakuthandanga lokho ayekusho baze bayeka nokuhamba naye. Ngayizolo, wayebaphe ukudla ngokuyisimangaliso, eqinisekisa ukuthi amandla akhe wayewanikwa uNkulunkulu. Pho kungani baphatheka kabi? Kusobala ukuthi babelandela uJesu ngenxa yobugovu. Babehamba noJesu ngenxa yokuthi babethola izinto ezithile kuye.

Umuntu ngamunye kufanele azibuze: ‘Kungani ngilandela uJesu? Ingabe ngimlandela ngenxa nje yezibusiso engizithola manje nengizozithola esikhathini esizayo? Noma ngilandela uJesu ngoba ngithanda uJehova futhi ngifuna ukumjabulisa?’

UJesu wondla abafundi bakhe ngokuyisimangaliso; abafundi bakaJesu abaningi bayamshiya futhi ubuza abaphostoli bakhe ukuthi nabo bayafuna yini ukuhamba

Kungani singase simshiye uJehova uma lokhu okulandelayo kuyizona zizathu ezibalulekile zokumkhonza?

  • Simkhonza ngoba sithanda ukuba nabantu bakaNkulunkulu

  • Simkhonza ngoba sifisa ukuphila ePharadesi

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela