Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Septhemba k. 6
  • Septhemba 24-30

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Septhemba 24-30
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Septhemba k. 6

Septhemba 24-30

JOHANE 7-8

  • INgoma 12 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJesu Wadumisa UYise”: (10 imiz.)

    • Joh 7:15-18​—Lapho uJesu enconywa ngezinto ayezifundisa, wayehlale esho ukuthi zazivela kuJehova (cf 100-101 ¶5-6)

    • Joh 7:28, 29​—UJesu wathi wayethunywe uNkulunkulu, okubonisa ukuthi wayezithoba kuJehova

    • Joh 8:29​—UJesu watshela labo ababemlalele ukuthi wayehlale enza izinto ezijabulisa uJehova (w11 3/15 11 ¶19)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Joh 7:8-10​—Ingabe uJesu wayebakhohlisa abafowabo abangakholwa? (w07 2/1 6 ¶4)

    • Joh 8:​58​—Kungani la mazwi asekugcineni kuleli vesi ehunyushwe ngokuthi “ngase ngikhona” kunokuthi “nginguye,” futhi kungani lokhu kubalulekile? (iphuzu lokucwaninga elithi “ngase ngikhona,” elikuJoh 8:58, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Joh 8:31-47

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usummemela emhlanganweni.

  • Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese unika umninikhaya incwadi esifundisa ngayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 9-10 ¶10-11

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 103

  • “Yiba Othobekile Nongazikhukhumezi NjengoJesu”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ngayinye.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 13 ¶16-26 nebhokisia ek. 156

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 119 Nomthandazo

a Ningase nikhethe ukungalifundi ibhokisi.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela