Januwari 7-13
IZENZO 21-22
INgoma 55 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Intando KaJehova Mayenzeke”: (10 imiz.)
IzE 21:8-12—AmaKristu ayekanye noPawulu amncenga ukuba angayi eJerusalema ngenxa yezinkinga ayezobhekana nazo (bt 177-178 ¶15-16)
IzE 21:13—UPawulu wayezimisele ukwenza intando kaJehova (bt 178 ¶17)
IzE 21:14—Ngemva kokubona ukuthi uPawulu wayezimisele ukuhamba, abafowethu bayeka ukumvimba (bt 178 ¶18)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IzE 21:23, 24—Kungani abadala ababeseJerusalema banika uPawulu lesi siqondiso nakuba amaKristu ayengasekho ngaphansi koMthetho KaMose? (bt 184-185 ¶10-12)
IzE 22:16—Zazingahlanzwa kanjani izono zikaPawulu? (iphuzu lokucwaninga elithi “uhlanze izono zakho ngokubiza igama lakhe,” elikuyizE 22:16, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzE 21:1-19 (th isifundo 5)a
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Isethulo Esiphumelelayo, bese nixoxa ngesifundo 1 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w10 2/1 13 ¶2–14 ¶2—Isihloko: Ingabe Kufanele AmaKristu Aligcine Isabatha Lamasonto Onke? (th isifundo 1)b
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Safundiswa UJehova Ukukhulisa Umndeni Wethu”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 2 ¶1-8
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 70 Nomthandazo