Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Febhuwari k. 5
  • Ingabe ‘Ulinde Ngokulangazela’?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ingabe ‘Ulinde Ngokulangazela’?
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ukulindela ‘Ngokulangazela’
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1998
  • Ukujabula Ethembeni Lethu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2012
  • Inkululeko Ekhazimulayo Kubantwana BakaNkulunkulu Iseduze
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1998
  • Wonke Umuntu Uyokhululeka
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1999
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Febhuwari k. 5

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ROMA 7-8

Ingabe ‘Ulinde Ngokulangazela’?

8:19-21

  • “Indalo”: abantu abanethemba lokuphila phakade emhlabeni

  • “Ukwambulwa kwabantwana bakaNkulunkulu”: yilapho abagcotshiwe kanye noKristu bebhubhisa isimiso sezinto esibi sikaSathane

  • ‘Isisekelo sethemba’: isithembiso sikaJehova sokukhulula abantu ngokufa nokuvuka kukaJesu

  • “Iyokhululwa ekugqilazweni ukonakala”: ukususwa kancane kancane kwemiphumela yesono nokufa

Umfowethu osemusha uyatadisha, uyaphendula emhlanganweni, wenqaba intombazane engeyona uFakazi ezama ukusondela kuye, ujabulela umdlalo namaKristu

Ungabonisa kanjani ukuthi ‘ukulinde ngokulangazela ukwambulwa kwabantwana bakaNkulunkulu’?

  • Ngokukhuthalela ukutadisha iBhayibheli, uthandazele nomoya ongcwele

  • Ngokukusebenzisa kahle konke lokho uJehova asilungisela kona ukuze sisondelane naye

  • Ngokungamvumeli uSathane akukhohlise ngokukwenza ucabange ukuthi imithetho kaNkulunkulu iyasicindezela

  • Ngokuphila ngeqiniso; ulenze elakho

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela