Januwari 6-12
GENESISE 1-2
INgoma 11 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Udala Izinto Eziphilayo Emhlabeni”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi KaGenesise.]
Gen 1:3, 4, 6, 9, 11—Usuku lokuqala kuya kwelesithathu lokudalwa kwezinto (it-1-E 527-528)
Gen 1:14, 20, 24, 27—Usuku lwesine kuya kwelesithupha lokudalwa kwezinto (it-1-E 528 ¶5-8)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 1:1-19 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Izinzuzo Zokusebenzisa Amaphuzu Zicacisiwe, bese nixoxa ngesifundo 13 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w08 2/1 5—Isihloko: Ukwazi Ukuthi Sadalwa Kwenza Sibe Nokuthula Kwengqondo. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ungakwazi Yini Ukukuchaza Lokho Okukholelwayo?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Udokotela Wamathambo Uchaza Ngokholo Lwakhe nethi Isazi Sezilwane Sichaza Ukholo Lwaso.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 1 ¶1-13
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 124 Nomthandazo