Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • th isif. 5 k. 8
  • Ukufunda Ngokunembile

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukufunda Ngokunembile
  • Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ukufunda Ngokunembile
    Zuza Emfundweni YeSikole Senkonzo Esingokwasezulwini
  • Funda Ngokuzimisela
    Zuza Emfundweni YeSikole Senkonzo Esingokwasezulwini
  • Funda Ukuze Unwebe Imingcele Yakho
    I-Phaphama!—1991
  • Indlela Yokufunda Nokukhumbula
    Incwadi Yokuchasisa Isikole Senkonzo EsingokwaseZulwini
Bheka Okunye
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
th isif. 5 k. 8

ISIFUNDO 5

Ukufunda Ngokunembile

UmBhalo obekiwe

1 Thimothewu 4:13

OKUFANELE UKWENZE: Kufunde njengoba kunjalo nangokuzwakalayo lokho okubhalwe phansi.

INDLELA ONGAKWENZA NGAYO:

  • Lungiselela kahle. Cabanga ngokuthi kungani leyo ndaba yabhalwa. Prakthiza ukufunda iqoqo lamagama hhayi igama ngalinye. Qaphela ukuba lapho ufunda ungafaki igama elingekho noma weqe amagama. Hlonipha zonke izimpawu zenkulumo.

    Icebiso

    Cela umngane ukuba akulalele lapho ufunda futhi akutshele uma kukhona amagama ongawafundanga kahle.

  • Phimisela kahle igama ngalinye. Uma ungazi ukuthi igama liphinyiselwa kanjani, hlola isichazamazwi noma ulalele leyo ncwadi uma irekhodiwe noma ucele umuntu ofunda kahle ukuba akusize.

  • Khuluma ngokucacile. Wabize kahle amagama, uphakamise ikhanda futhi uwuvule kakhulu umlomo. Zama ukuba unkamisa ngamunye uzwakale.

    Icebiso

    Ungagcizeleli ngokweqile, kodwa qikelela ukuthi ugcina indlela okhuluma ngayo ingokwemvelo.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela