Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb20 Januwari k. 3
  • Ungakwazi Yini Ukukuchaza Lokho Okukholelwayo?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ungakwazi Yini Ukukuchaza Lokho Okukholelwayo?
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Udokotela Wamathambo Uchaza Ngokholo Lwakhe
    I-Phaphama!—2013
  • Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?—Ingxenye 3: Kungani Kufanele Ukholelwe Endalweni?
    Intsha Iyabuza
  • Ukusiza Abanye Badumise UMenzi Wethu
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1994
  • Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?—Ingxenye 4: Ngingakuchaza Kanjani Ukukholelwa Kwami Endalweni?
    Intsha Iyabuza
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
mwb20 Januwari k. 3
Umfowethu ufundela umuntu asebenza naye umBhalo ngesikhathi sekhefu.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ungakwazi Yini Ukukuchaza Lokho Okukholelwayo?

Ubungamphendula kanjani umuntu okubuza ukuthi kungani ukholelwa ukuthi zonke izinto zadalwa? Ukuze ukwazi ukumphendula ngokuqiniseka, nazi izinto ezimbili okumelwe uzenze: Okokuqala, kudingeka uziqinisekise wena ukuthi zonke izinto zadalwa. (Roma 12:1, 2) Ngemva kwalokho, kumelwe ucabange ukuthi ungamchazela kanjani omunye umuntu lokho okukholelwayo.—IzA 15:28.

BUKELA IVIDIYO ETHI UDOKOTELA WAMATHAMBO UCHAZA NGOKHOLO LWAKHE NETHI ISAZI SEZILWANE SICHAZA UKHOLO LWASO, UKUZE UBONE UKUTHI KUNGANI ABANYE BEKHOLELWA UKUTHI ZONKE IZINTO ZADALWA, BESE UPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Indlela idolo lomuntu elakheke ngayo.

    Kungani u-Irène Hof Laurenceau ekholelwa ukuthi zonke izinto zadalwa kunokuba akholelwe ekuziphendukeleni kwemvelo?

  • UYaroslav Dovhanych.

    Kungani uYaroslav Dovhanych ekholelwa ukuthi zonke izinto zadalwa kunokuba akholelwe ekuziphendukeleni kwemvelo?

  • Ungamchazela kanjani omunye umuntu ukuthi kungani ukholelwa ukuthi zonke izinto zadalwa?

  • Yiziphi izinto inhlangano kaJehova ezilungiselele ngolimi lwakho ukuze zikusize uziqinisekise wena futhi ukholise nabanye ukuthi zonke izinto zadalwa uNkulunkulu?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela