Ikhasi Lesibili
February 8, 2005
Ukukhululeka Ekucindezelekeni!
Ochwepheshe abaningi bakholelwa ukuthi ukucindezeleka kuwusongo olukhulu empilweni. Ziyini ezinye zezimbangela ezivamile zokucindezeleka? Funda ngezinye zezindlela eziwusizo zokubhekana nako.
Ukunikeza Abantwana Ukunakwa Abakudingayo 12
Kungani abazali bebophekile ukuba banake abantwana babo?
“UnguDokotela Livingstone, Akunjalo?” 14
Ukubonana kukaStanley noLivingstone kwaba isenzakalo esiyingqayizivele. Funda ukuthi kungani umsebenzi wala madoda amabili uye waba nemiphumela efinyelela kude kangaka.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
From the book Missionary Travels and Researches in South Africa, 1858