Ubungaphendula Kanjani?
KWENZEKA KUPHI?
1. Isenzakalo esikulesi sithombe senzeka kuphi?
Kokelezela impendulo yakho ebalazweni.
ULwandle Olukhulu
ULwandle LwaseGalile
UMfula IJordani
ULwandle Lukasawoti
◆ Uyawazi amagama abantu ababili abangekho esikebheni?
․․․․․
․․․․․
◆ Kungani kucwila umuntu oyedwa kuphela?
․․․․․
․․․․․
KWENZEKA NINI?
Dweba umugqa osuka esithombeni uye onyakeni oqondile.
1077 B.C.E. 947 B.C.E. 647 B.C.E. 539 B.C.E. 537 B.C.E.
2. Daniyeli 5:5
NGINGUBANI?
5. Ngabulala amaFilisti angu-600 ngokhandi lwezinkomo
NGINGUBANI?
6. Ngephula isifungo sikababa ngokudla uju
IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.
Ikhasi 6 Kungani abantu befa? (Roma 6:____)
Ikhasi 9 IBhayibheli lithembisa ikusasa elinjani? (IsAmbulo 21:____)
Ikhasi 12 Yini engabangela umuntu ukuba enze izinto ezingenangqondo? (UmShumayeli 7:____)
Ikhasi 19 Kufanele sisifune kuphi isiqondiso, futhi ngani? (2 Thimothewu 3:____)
Izingane Zifuna Izithombe
Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.
(Izimpendulo zisekhasini 14)
IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
1. ULwandle LwaseGalile.—Johane 6:1, 16.
◆ UJesu no-Petru.—Mathewu 14:26-31.
◆ UPetru waqala ukungabaza; uJesu akazange angabaze.—Mathewu 14:31.
2. 539 B.C.E.
3. 647 B.C.E.
4. 1077 B.C.E.
5. UShamgari.—AbaHluleli 3:31.
6. UJonathani.—1 Samuweli 14:27.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 31]
Top circle: U.S. Fish & Wildlife Service, Washington, D.C./Duane C. Anderson