Ubungaphendula Kanjani?
KWENZEKA NINI?
1. UJesu wazalelwaphi?
Kokelezela impendulo yakho ebalazweni.
IBhethlehema [lakwaZebhuloni]
INazaretha
IJerusalema
IBhethlehema (i-Efratha)
◆ Ubufakazi bubonisa ukuthi uJesu wazalwa nini?
․․․․․
◆ Zingaki izazi zezinkanyezi ezahambela uJesu?
․․․․․
◆ Ubani owayeqondisa inkanyezi eyaholela izazi kuJesu?
․․․․․
◼ Eningaxoxa Ngakho: Ingabe bekuyofaneleka ukugubha usuku lokuzalwa kukaJesu ngo-December 25? Kungani bekungafaneleka, noma kungani bekungenakufaneleka?
KWENZEKA NINI?
Dweba umugqa ohlanganisa isenzakalo ngasinye nonyaka osondele kulowo esenzeka ngawo.
706 B.C.E. 607 537 455 66 C.E. 70
NGINGUBANI?
5. Ngenziwa isimungulu ngenxa yokungabaza uGabriyeli.
NGINGUBANI?
6. Ngangiwumprofethikazi owabona uJesu ethempelini.
IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.
Ikhasi 11 Abazali ababeka imithetho enengqondo bamlingisa kanjani uJehova? (IHubo 32:____)
Ikhasi 12 Isiphukuphuku sidedelani? (IzAga 29:____)
Ikhasi 17 Yini eyayisetshenziswa njengophawu lwesivumelwano esiyisibopho? (Numeri 18:____)
Ikhasi 18 Isiphi esinye sezizathu zokuqaphela indlela esisebenzisa ngayo utshwala? (Isaya 5:____)
Izingane Zifuna Izithombe
Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.
(Izimpendulo zisekhasini 22)
IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
1. EBhetlehema (i-Efratha).
◆ Ngenyanga ka-Ethanimi (September/October) 2 B.C.E.
◆ Isibalo esingaziwa.
◆ Kungenzeka nguSathane.
2. 455 B.C.E.
3. 607 B.C.E.
4. 66 C.E.
5. UZakariya.—Luka 1:18-23.
6. U-Ana.—Luka 2:36-38.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 31]
Bottom circle: ‘The Donkey Sanctuary’, Sidmouth, Devon, UK