Ubungaphendula Kanjani?
Kwenzeka Kuphi?
1. UJesu wakhashelwa kuphi?
USIZO: Funda uMathewu 26:36-56.
Kokelezela impendulo yakho ebalazweni.
Insimu yaseGetsemane
Ithempeli
Isigodlo soMbusi
Ichibi laseSilowama
◼ Imuphi umphostoli owakhaphela uJesu?
․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
◼ Imuphi umphostoli owahlasela inceku yompristi ophakeme?
․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
ENINGAXOXA NGAKO:
UJesu wasabela kanjani lapho umlandeli wakhe ezama ukumvikela ngesikhali? Ufunda siphi isifundo kulokho uJesu akutshela abafundi bakhe?
Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini
Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.
IKHASI 3 Yini uJesu athi wayezalelwe ukuyenza? Johane 18:․․․
AMAKHASI 5-6 Yini uPawulu athi kufanele sibe nobunye kuyo? 1 Korinte 1:․․․
IKHASI 11 Uma abantu bazi iqiniso ngezinkolelo-ze, yini engase yenzeke? Johane 8:․․․
IKHASI 20 Amazwi akho abonisani? Luka 6:․․․
Izingane Zifuna Izithombe
Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.
Obani Abayingxenye Yozalo LukaJesu?
Cabangela izici ezinikeza umkhondo. Funda imiBhalo bese ubhala amagama anembile ezikhaleni ezinikeziwe.
2. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
UMKHONDO: Ngangaziwa ‘njengomshumayeli wokulunga.’
Funda eyesi-2 Petru 2:5.
3. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
UMKHONDO: Ngiyindodana kaNowa ehlala isekuqaleni kohlu.
Funda uGenesise 6:10.
4. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․
UMKHONDO: “Kwahlukaniswa umhlaba” osukwini lwami.
Funda uGenesise 10:25.
◼ Izimpendulo zisekhasini 30
IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
1. Insimu yaseGetsemane.
◼ UJuda.
◼ UPetru.
2. UNowa.—Luka 3:36.
3. UShemi.—Luka 3:36.
4. UPhelege.—Luka 3:35.