Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 7/09 kk. 11-31
  • Ubungaphendula Kanjani?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ubungaphendula Kanjani?
  • I-Phaphama!—2009
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Kwenzeka Kuphi?
  • Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • Yini Oyaziyo Ngomahluleli U-Otheniyeli?
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2009
g 7/09 kk. 11-31

Ubungaphendula Kanjani?

Kwenzeka Kuphi?

1. Senzeka kuphi lesi senzakalo?

UMKHONDO: Funda izEnzo 2:1-13.

Kokelezela impendulo yakho ebalazweni.

I-Athene

IJerusalema

IBhabhiloni

◼ Lalidabukaphi iningi labafundi?

․․․․․

◼ Kungani abanye abantu badelela abafundi?

․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Yikuphi ukufana nokungafani okukhona kulesi senzakalo naleso esikuGenesise 11:1-9?

Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

IKHASI 4 Yini engagwinya umuntu? 2 Korinte 2:․․․

IKHASI 6 Yini eyokwenziwa ukuthula kukaNkulunkulu? Filipi 4:․․․

IKHASI 28 Abanye banentshiseko ngoNkulunkulu kodwa yini abayintulayo? Roma 10:․․․

IKHASI 29 Ubani okufanele simlalele? IzEnzo 5:․․․

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

Yini Oyaziyo Ngomahluleli U-Otheniyeli?

Funda AbAhluleli 3:7-11. Phendula imibuzo elandelayo.

2. ․․․․․

Wayengowasiphi isizwe?

UMKHONDO: Funda uJoshuwa 15:17,20.

3. ․․․․․

Wakhulula u-Israyeli kumuphi umbusi?

4. ․․․․․

Yiqiniso noma amanga—waphila ngaphambi kukaMose.

ENINGAXOXA NGAKHO:

Wabeka siphi isibonelo esihle uKalebi isihlobo sika-Otheniyeli?

UMKHONDO: Funda uNumeri 14:6-9. Yisho igama lesihlobo osihlonipha kakhulu, bese uyachaza ukuthi kungani.

◼ Izimpendulo zisekhasini 11

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. IJerusalema.—IzEnzo 2:5.

◼ IGalile.—IzEnzo 2:7.

◼ Babecabanga ukuthi badakiwe.—IzEnzo 2:13.

2. Jude.—Joshuwa 15:17, 20.

3. UKushani-rishatayimi.—AbAhluleli 3:8.

4. Amanga.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela