Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 10/12 kk. 14-31
  • Ukubukeza Komkhaya

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukubukeza Komkhaya
  • I-Phaphama!—2012
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • YINI ESINGAYIFUNDA . . . KuNowa?
  • Wagcine Bese Uwafunda Kamuva
  • Abantu Namazwe
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2012
g 10/12 kk. 14-31

Ukubukeza Komkhaya

YINI ESINGAYIFUNDA . . . KuNowa?

WAKE WAZIBUZA UKUTHI KUBALULEKE KANGAKANANI UKULALELA UNKULUNKULU?

• Faka imibala kulezi zithombe. • Funda la mavesi eBhayibheli futhi uwachaze njengoba ugcwalisa izikhala. • Thola izinto ezifihliwe: (1) iladi (2) ubulembu besicabucabu.

Kungani kwakubalulekile kuNowa ukulalela uNkulunkulu?

UMKHONDO: Jeremiya 7:23; 2 Petru 2:5.

Yini eyokusiza ukuba ulalele uNkulunkulu?

UMKHONDO: 1 IziKronike 28:9; Isaya 48:17, 18; 1 Johane 5:3.

Yini oyifundayo kulokhu kulandisa?

Ucabangani?

Ukuze ulalele uNkulunkulu, obani abanye okumelwe ubalalele?

UMKHONDO: Efesu 6:1-3; Hebheru 13:7, 17.

Wagcine Bese Uwafunda Kamuva

IKHADI LEBHAYIBHELI 22 UNEHEMIYA

IMIBUZO

  1. A. UNehemiya wakhonza njengo-․․․․․ weNkosi yasePheresiya ․․․․․.

  2. B. Lisho ukuthini igama likaNehemiya?

  3. C. Wathandaza: “O Nkulunkulu wami, ngikhumbule ․․․․․.”

IZIMPENDULO

  1. A. Umphathindebe ka-Aritahishashita.—Nehemiya 1:11; 2:1.

  2. B. “UJah Uyaduduza.”

  3. C. “. . . kube kuhle kimi.”—Nehemiya 13:31.

Abantu Namazwe

Igama lami nginguTaonga, ngineminyaka eyisithupha, nginoMwelwa, oneminyaka engu-8. Sihlala eZambia. Ucabanga ukuthi bangaki oFakazi BakaJehova abahlala eZambia? Ingabe bangu-90 000, 152 000, noma bangu-196 000?

Iliphi ichashazi elibonisa lapho sihlala khona? Likokelezele bese ubeka ichashazi lapho wena uhlala khona futhi ubone ukuthi ukude kangakanani neZambia.

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

Ukuze uzitholele amakhophi engeziwe esithi “Ukubukeza Komkhaya,” yiya eNgosini ethi www.pr2711.com

IZIMPENDULO ZEMIBUZO

  1. Iladi esigcawini 3.

  2. Ubulembu besicabucabu esigcawini 2.

  3. 152 000.

  4. C.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela