Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 12/12 kk. 15-31
  • Ukubukeza Komkhaya

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukubukeza Komkhaya
  • I-Phaphama!—2012
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • YINI ESINGAYIFUNDA . . . Ku-Abrahama?
  • Wagcine Uphinde Uwafunde
  • Abantu Namazwe
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO
  • USamsoni Unqoba Ngamandla KaJehova!
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2005
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Thembela KuJehova, NjengoSamsoni
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2023
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2012
g 12/12 kk. 15-31

Ukubukeza Komkhaya

YINI ESINGAYIFUNDA . . . Ku-Abrahama?

UCABANGA UKUTHI KUBALULEKILE YINI UKUBA NOMUSA KWABANYE?

• Faka imibala ezithombeni. • Funda amavesi eBhayibheli, bese uwafingqa njengoba ugcwalisa izikhala. • Thola izinto ezifihliwe: (1) isibankwa (2) ummese.

Yiziphi izinto ezibonisa umusa u-Abrahama azenza ukuze abanye bazizwe bamukelekile?

UMKHONDO: Genesise 18:2, 4-5.

Yini ongayenza ukuze ubonise umusa kwabanye?

UMKHONDO: AmaRoma 12:13.

Ufundani kulokhu kulandisa okukuGenesise?

Ucabangani?

Obani okufanele sizame ukubabonisa umusa ngokukhethekile?

UMKHONDO: Galathiya 6:10.

Wagcine Uphinde Uwafunde

IKHADI LEBHAYIBHELI 24 USAMSONI

IMIBUZO

  1. A. Igama likayise kwakungu ․․․․․.

  2. B. Ikuphi ukubonakaliswa kwamandla okukhulu uSamsoni akwenza emzini waseGaza?

  3. C. Ubani owakhaphela uSamsoni?

UMLANDO

Umahluleli ovelele owalwela u-Israyeli iminyaka engu-20. (AbaHluleli 15:20) UJehova wasebenzisa uSamsoni ukuba ‘ahole ekusindiseni u-Israyeli esandleni samaFilisti.’ (AbaHluleli 13:5) Umoya kaNkulunkulu wamnika amandla amakhulu. Okubaluleke nakakhulu, uSamsoni wayenokholo oluqinile kuJehova.—Hebheru 11:32-34.

IZIMPENDULO

  1. A. UManowa.—AbaHluleli 13:8, 24.

  2. B. Wathwala isango lomuzi, izigxobo zalo ezisemaceleni kanye nomgoqo wenyukela nakho esiqongweni sentaba ephambi kweHebroni.—AbaHluleli 16:2, 3.

  3. C. UDelila.—AbaHluleli 16:4, 5.

Abantu Namazwe

Igama lami nginguLesly, ngineminyaka eyishumi, nginoCathleen oneminyaka engu-8, kanye no-Alondra oneminyaka engu-7. Sihlala eMexico. Ucabanga ukuthi bangaki oFakazi BakaJehova abahlala eMexico? Ingabe bangu-295 400, 455 000, noma 724 700?

Iliphi ichashazi elibonisa lapho sihlala khona? Likokelezele bese ubeka ichashazi lapho wena uhlala khona ukuze ubone ukuthi uqhele kangakanani eMexico.

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

IZIMPENDULO ZEMIBUZO

  1. Isibankwa esigcawini 5.

  2. Ummese esigcawini 2.

  3. 724 700. 

  4. A.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela