Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g20 No. 2 k. 2
  • Isethulo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isethulo
  • IPhaphama!—2020
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Lapho Wehlelwa Inhlekelele
    I-Phaphama!—2014
  • Ingabe Ikusasa Lethu Linqunywe Kusengaphambili?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1998
  • Ingabe Kufanele Ukholelwe Emfundisweni Yokuphindukuzalwa?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1997
  • Izinto Ezimbi Zehlela Abantu Abalungile—Kungani?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2014
Bheka Okunye
IPhaphama!—2020
g20 No. 2 k. 2
Indawo yokulinda esibhedlela. Udokotela utshela indoda nowesifazane izindaba ezimbi. Idlanzana labantu lilinde ukubonana nodokotela.

Isethulo

Wonke umuntu useke wehlelwa isimo esibuhlungu ekuphileni​—kungaba ukugula, ingozi, inhlekelele yemvelo, noma isenzo esithile sodlame.

Abantu bafuna izimpendulo.

  • Abanye bakholelwa ukuthi ngeke sikwazi ukugwema ukuhlupheka, noma kuncane kakhulu esingakwenza ukuze silawule okwenzeka ekuphileni kwethu.

  • Abanye bakholelwa kulokho okubizwa nge-karma. Bathi sihlupheka ngenxa yokuthi kukhona okuthile okubi esake sakwenza esikhathini esidlule noma ekuphileni kwethu kwangaphambili.

Ngokuvamile izimo ezibuhlungu zishiya abantu benemibuzo eminingi kunezimpendulo.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela