Ukuthandile yini okufundile?
Uhlelo Oluprintiwe
Ungathanda yini ukufunda okwengeziwe eBhayibhelini?
Lokhu bekumane kungamazwibela alokho ozokuthola encwadini ethi Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli.
Ngeke ukhokhe njengoba ufundiswa, nencwadi imahhala. Sizokujabulela ukufunda nawe, ngesikhathi nasendaweni ekulungele.
Kulezi zifundo zeBhayibheli uzofunda ngezihloko eziningi ezihlanganisa nezithi:
Siphilelani?
Ungaba kanjani nokuthula?
Yini engenza imindeni ijabule?
Lokho okuthenjiswa iBhayibheli ngekusasa
Ukuze uthole lencwadi futhi uqhubeke ufunda iBhayibheli, sicela uthintane nomunye woFakazi BakaJehova noma ufake isicelo sesifundo seBhayibheli ku-jw.org/zu.