Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • wp16 No. 1 k. 16
  • Lithini IBhayibheli?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Lithini IBhayibheli?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2016
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Kwenzekani lapho sifa?
  • Ingabe abafileyo bangaphinde baphile?
  • Kwenzekani Lapho Ufa?
    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • Yini Eyenzeka Ekufeni?
    Ungaba Umngane KaNkulunkulu
  • Kwenzekani Ekufeni?
    I-Phaphama!—2007
  • Umbuzo 2: Kuzokwenzekani Uma Ngifa?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2012
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2016
wp16 No. 1 k. 16
Imbali phezu kwethuna

LITHINI IBHAYIBHELI?

Kwenzekani lapho sifa?

ABANYE ABANTU BAKHOLELWA ukuthi siyaqhubeka siphila sikwesinye isimo, kanti abanye bakholelwa ukuthi lapho sifa konke kuyaphela. Yini oyikholelwayo?

LOKHO OKUSHIWO IBHAYIBHELI

“Abafileyo bona abazi lutho.” (UmShumayeli 9:5) Lapho sifa, asibe sisaba khona.

OKUNYE ESIKUFUNDA EBHAYIBHELINI

  • Indoda yokuqala u-Adamu, yabuyela othulini lapho ifa. (Genesise 2:7; 3:19) Ngokufanayo, bonke abafayo babuyela othulini.​—UmShumayeli 3:​19, 20.

  • Abantu abafayo bathethelelwa zonke izono zabo. (Roma 6:7) Lapho umuntu efa akashushiswa kwenye indawo ngenxa yezono zakhe.

Ingabe abafileyo bangaphinde baphile?

UBUNGATHINI?

  • Yebo

  • Cha

  • Mhlawumbe

LOKHO OKUSHIWO IBHAYIBHELI

“Kuyoba khona uvuko.” ​—IzEnzo 24:15.

YINI ENYE ESINGAYIFUNDA EBHAYIBHELINI?

  • Ngokuvamile iBhayibheli lifanisa ukufa nokulala. (Johane 11:​11-14) UNkulunkulu angamvusa umuntu ofile, njengoba nje nathi singavusa umuntu olele.​—Jobe 14:​13-15.

  • IBhayibheli lilandisa ngabantu abaningana abavuswa, ngaleyo ndlela lisinika isisekelo esiqinile sokukholelwa ukuthi abafileyo bayovuswa.​—1 AmaKhosi 17:​17-24; Luka 7:​11-17; Johane 11:​39-44.

Ukuze uthole ukwaziswa okwengeziwe bheka isahluko 6 sale ncwadi, ethi Lifundisani IBhayibheli Ngempela?, enyatheliswa oFakazi BakaJehova

lyatholakala nasengosini ethi www.pr2711.com/zu

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela