Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • wp18 No. 1 k. 16
  • Ucabangani?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ucabangani?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2018
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ingabe iBhayibheli lingakusiza ukwazi ukuba umngane kaNkulunkulu?
  • UNkulunkulu Ucela Ukuba Ube Umngane Wakhe
    Ungaba Umngane KaNkulunkulu
  • Ungaba Umngane KaJehova
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
  • Lithini IBhayibheli Ngokuba Nabangani?
    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • Onjani Umngane Omuhle?
    I-Phaphama!—2014
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2018
wp18 No. 1 k. 16
Indoda nomkayo baziphumulele, bafunda iBhayibheli

Ucabangani?

Ingabe iBhayibheli lingakusiza ukwazi ukuba umngane kaNkulunkulu?

ABANYE ABANTU BAKHOLELWA . . .

ukuthi abasoze bakwazi ukuba abangane bakaNkulunkulu, bacabanga ukuthi bangcolile futhi banezono eziningi. Abanye bakholelwa ukuthi uNkulunkulu akanandaba nathi. Wena ucabangani?

OKUSHIWO IBHAYIBHELI

UNkulunkulu “usondelana nabaqotho.” (IzAga 3:32) Uma simlalela, singaba abangane bakhe.

YINI ENYE ESINGAYIFUNDA EBHAYIBHELINI?

  • UNkulunkulu uyafuna ukuba uMngane wethu.​—Jakobe 4:8.

  • NjengoMngane wethu, uNkulunkulu uhlale ekulungele ukusisiza nokusixolela.​—IHubo 86:5.

  • Abangane bakaNkulunkulu bathanda izinto azithandayo, bazonde lezo azizondayo.​—Roma 12:9.

Ukuze uthole ukuthi yini ongayenza ukuze uphile ngendlela ejabulisa uNkulunkulu, bheka isahluko 12 sale ncwadi, Lingasifundisani IBhayibheli? enyatheliswa oFakazi BakaJehova. Iyatholakala naku-www.pr2711.com/zu

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela