Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 11/03 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
km 11/03 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Nov. 15

“Esikhathini esidlule, abaningi babekholelwa ukuthi ngelinye ilanga umhlaba uyoba ipharadesi. Namuhla, abanye bayangabaza nanokuthi uzoqhubeka ukhona. Wena ucabanga ukuthi liyini ikusasa lomhlaba? [Lindela impendulo.] Phawula okushiwo iBhayibheli ngale ndaba. [Funda iHubo 37:11.] Lo magazini ukhuluma ngokwengeziwe ngalokho iBhayibheli elikubikezelayo ngomhlaba.”

INqabayokulinda Dec. 1

“Namuhla abanye abantu baphelelwa ukholo kuNkulunkulu. Esinye isizathu salokhu ukuthi abazitholi izimpendulo ezigculisayo zemibuzo ekhathazayo njengale. [Nikeza isibonelo esisebhokisini ekhasini 6.] Le Nqabayokulinda ikhuluma ngesici esibalulekile ekwakheni ukholo lwangempela kuNkulunkulu.” Funda eyabaseFilipi 1:9.

Phaphama! Dec. 8

“Abanye abantu bakhathazeke ngokuthi umonakalo owenziwe endaweni esizungezile ngeke usalungiseka. Ucabanga ukuthi isimo sibi kangako? [Lindela impendulo.] UMdali wayengahlosile ukuba umhlaba ube indawo yokulahla izibi okungahlaleki kuyo. [Funda u-Isaya 45:18.] Lo magazini uchaza indlela umhlaba ozosindiswa ngayo.”

“Ingabe ucabanga ukuthi isintu siyoke siphile ezimweni ezinjengalezi ezichazwa la? [Funda u-Isaya 14:7 bese ulindela impendulo.] Lo magazini uqukethe ukwaziswa okusebenzisekayo okungasisiza njengoba sisalindele ukugcwaliseka kwezithembiso zikaNkulunkulu.” Khulumela isihloko esithi “Ungamelana Kanjani Nezifiso Ezimbi?”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela