Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 2/04 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Ongakusho NgoMagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
km 2/04 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Feb. 15

“Abantu abaningi ziyabakhathaza izinto ezimbi ezenziwa ngenxa yenkolo. Abanye banomuzwa wokuthi inkolo iwumnyombo wezinkinga zesintu. Wake wazibuza ngalokhu? [Lindela impendulo bese ufunda isAmbulo 18:24.] Lo magazini uhlola lokho iBhayibheli elikushoyo ngale ndaba.”

INqabayokulinda Mar. 1

“Ngesinye isikhathi, uJesu Kristu wabuzwa lo mbuzo: ‘Yimuphi umyalo ongowokuqala kuyo yonke?’ Phawula impendulo yakhe. [Funda uMarku 12:29, 30.] Wake wazibuza ukuthi uJesu wayesho ukuthini? [Lindela impendulo.] Isihloko esithi ‘Indlela Esibonisa Ngayo Ukuthi Siyamthanda UNkulunkulu’ sihlola incazelo yalawo mazwi adumile.”

Phaphama! Mar. 8

“Abantu abaningi kuyabajabulisa ukufunda ngezilwane, kanti abanye bajatshuliswa ukuzifuya. [Mvumele aphawule.] Lo magazini ukhuluma ngezinye zezinkinga zokufuya isilwane. Uchaza nesithembiso sikaNkulunkulu sesikhathi lapho zonke izilwane ziyoba nokuthula phakathi kwazo nanabantu.” Funda u-Isaya 11:6-9.

“Ngesinye isikhathi, abantu abaningi bake bahlalela ovalweni lokuthi kuzoba nempi yenuzi. Ucabanga ukuthi kungenzeka kube nempi yenuzi namuhla? [Lindela impendulo.] Lo magazini ukhuluma ngezenzakalo zamanje ezisithinta sonke. Uchaza nesithembiso seBhayibheli somhlaba lapho ukwesaba kuyobe kungasekho.” Funda uZefaniya 3:13.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela