Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/04 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
km 5/04 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda May 15

“Wake wazibuza ukuthi izinto abantu abazenzayo emhlabeni ziyamthinta yini uNkulunkulu ngandlela-thile? [Lindela impendulo.] Phawula indlela izenzo zethu ezingayithinta ngayo imizwa kaNkulunkulu. [Funda izAga 27:11.] Lo magazini uxoxa ngezinye zezibonelo zabantu abajabulisa inhliziyo kaNkulunkulu, uchaze nendlela nathi esingenza ngayo okufanayo.”

INqabayokulinda June 1

“Abanye abantu banomuzwa wokuthi akudingekile ukuba senkolweni ehleliwe ukuze ukhulekele uNkulunkulu. Wake wazibuza ngalokho? [Lindela impendulo.] Lo magazini uhlaziya umlando wokusebenzelana kukaNkulunkulu nabantu endulo. Ukhuluma nangokuthi kusho ukuthini ukukhulekela uNkulunkulu ngeqiniso.” Funda uJohane 4:24.

Phaphama! June 8

“Isayensi yezokwelapha yenze intuthuko ephawulekayo ekulweni nezifo, kodwa ucabanga ukuthi siyoke siphile ezweni elingenako nhlobo ukugula? [Lindela impendulo.] Lo magazini uchaza ukuthi ngelinye ilanga wonke umuntu emhlabeni uyojabulela impilo ephelele lapho kugcwaliseka lesi sithembiso.” Funda u-Isaya 33:24.

“Abantu abaningi namuhla banesizungu. Lokhu kuhlanganisa ukuzizwa ukhishwe inyumbazane. Awuvumi yini ukuthi lokhu kungaba buhlungu? [Lindela impendulo bese ufunda iHubo 25:16.] Le Phaphama! inikeza amacebiso awusizo okulwa nesizungu.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela