Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/10 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
km 1/10 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda January 1

“Ucabanga ukuthi umhlaba ubungaba indawo engcono ukube bonke abantu abaphila kuwo bebengaphila ngalesi simiso seBhayibheli? [Funda amaRoma 12:18, bese ulindela impendulo.] Ingabe wake wazibuza ukuthi kungani pho uNkulunkulu ngezinye izikhathi ayala abantu bakhe basendulo ukuba balwe empini? Lesi sihloko siveza impendulo ecacile yeBhayibheli.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 13.

Phaphama! January

Funda IzEnzo 17:31a, bese uthi: “Kubantu abaningi, umqondo nje woSuku Lokwahlulela uzwakala wesabeka. Wena uzizwa kanjani ngalo? [Lindela impendulo.] IBhayibheli lifundisa ukuthi uSuku Lokwahlulela luyoletha izibusiso eziningi lapha emhlabeni. Lesi sihloko siyachaza.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 10.

INqabayokulinda February 1

“Abantu abaningi banethemba lokuya ezulwini lapho befa. Ingabe lelo themba liyakuthakazelisa? [Lindela impendulo.] Phawula lokho iBhayibheli elithi kuyoba umvuzo wabantu abaningi abalungile. [Funda IHubo 37:29.] Lo magazini uhlola lokho okushiwo iBhayibheli ngokuthi obani abayokuya ezulwini nokuthi bayokwenzani.”

Phaphama! February

“Isehlukaniso sesijwayelekile namuhla. Ingabe ucabanga ukuthi imibhangqwana isuke isikucabangele konke okuhilelekile ngaphambi kokuthatha isinqumo sokwehlukanisa? [Lindela impendulo, bese ufunda IzAga 14:15.] Lo magazini uqokomisa izinto ezine imibhangqwana eshadile okufanele izicabangele uma icabanga ngokwehlukanisa.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela