Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 9/15 k. 4
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
km 9/15 k. 4

Izintshumayelo Ezisikiselwe

INqabayokulinda October 1

“Sibonisa bonke omakhelwane bethu lesi sihloko esithakazelisayo se-Nqabayokulinda. [Mbonise isihloko esisesembozweni.] Abanye abantu bacabanga ukuthi ukuthandaza kumane kuwukuchitha isikhathi, ngoba akekho umuntu olalelayo. Abanye bakholelwa ukuthi uNkulunkulu uyayilalela imithandazo yabo. Wena ucabangani? [Lindela impendulo.] Yizwa lokho okushiwo iBhayibheli ngomthandazo. [Funda u-Isaya 30:19.] Lo magazini unikeza ubufakazi bokuthi uNkulunkulu uyayilalela imithandazo futhi uyayiphendula imithandazo eyenziwa ngendlela efanele.”

Phaphama! October

“Sixoxa nomakhelwane bethu kafushane ngoba abaningi bayazibuza ukuthi kungani uNkulunkulu evumela ukuhlupheka. Ucabanga ukuthi kuwungahloniphi yini ukubuza uNkulunkulu imibuzo enjalo? [Lindela impendulo.] Indoda elungile uJobe yaveza isifiso sokubuza uNkulunkulu. [Funda uJobe 23:​3-5.] Lo magazini uphendula imibuzo emithathu abantu abaningi abangathanda ukuyibuza uNkulunkulu ukube bebengathola ithuba, futhi unikeza izimpendulo ezanelisayo ezivela eBhayibhelini.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela