Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Febhuwari k. 5
  • “Memezela Unyaka Wokuthakazelelwa NguJehova”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Memezela Unyaka Wokuthakazelelwa NguJehova”
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ukulunga Kuyahluma EZiyoni
    Isiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
  • Ukuzalanisa Imithi Yasogwini
    I-Phaphama!—1992
  • “Isikhathi Sokuthakazelelwa”
    Isiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
  • “Imithi KaJehova Yanelisekile”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2004
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Febhuwari k. 5

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ISAYA 58-62

“Memezela Unyaka Wokuthakazelelwa NguJehova”

“Unyaka wokuthakazelelwa nguJehova” awuwona unyaka ongokoqobo

61:1, 2

  • Uyinkathi lapho uJehova enika abathobekileyo ithuba lokusabela esimemezelweni sakhe senkululeko

  • Ekhulwini lokuqala, unyaka wokuthakazelelwa waqala lapho uJesu eqala inkonzo yakhe ngo-29 C.E., waphela ‘ngosuku lwempindiselo’ kaJehova lapho kubhujiswa iJerusalema ngo-70 C.E.

  • Osukwini lwethu, unyaka wokuthakazelelwa waqala lapho uJesu ebekwa esihlalweni sobukhosi ezulwini ngo-1914 futhi uyophetha ngosizi olukhulu

Izikhathi zezenzakalo ezitshengisa unyaka wokuthakazelelwa nguJehova kusukela ngo-29 C.E. kuya ku-70 C.E nango 1914 kuze kube usizi olukhulu

UJehova ubusisa abantu bakhe ‘ngemithi emikhulu yokulunga’

61:3, 4

  • Imithi emide kunayo yonke emhlabeni ngokuvamile ikhula ndawonye emahlathini, lapho imithi isekelana khona

  • Izimpande eziningi ezisabalele zingase zibambane, kwenze imithi izimelele futhi imelane neziphepho

  • Imithi emide yakhela emincane ithunzi elivikelayo futhi amaqabunga awela phansi avundise inhlabathi

Wonke amalungu ebandla lobuKristu lomhlaba wonke ayazuza ekusekeleni nasesivikelweni ‘semithi emikhulu yokulunga,’ insali egcotshiwe

Imithi emikhulu enezimpande eziqinile iba umthunzi wemithi emincane
    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela