Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Januwari k. 5
  • Yekani Ukukhathazeka

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Yekani Ukukhathazeka
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Usakhumbula?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2016 (Efundwayo)
  • ‘Yaneliswa Izinto Ezikhona’
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Ungamkhonza UJehova Nakuba Ukhuliswe Abazali Ababengesona Isibonelo Esihle
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • UJesu Wayebathanda Abantu
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Januwari k. 5

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Yekani Ukukhathazeka

Inyoni; izimbali

ENtshumayelweni yaseNtabeni, uJesu wathi: “Yekani ukukhathazeka ngemiphefumulo yenu.” (Math 6:25) Nakuba kujwayelekile ukuba abantu abanesono abaphila ezweni likaSathane bakhathazeke ngezinye izikhathi, uJesu wayefundisa abalandeli bakhe ukuba bakugweme ukukhathazeka kakhulu. (IHu 13:2) Kungani? Ngoba ukukhathazeka ngokungafanele ngisho nangezidingo zosuku kungasiphazamisa, kwenze kube nzima nakakhulu ukufuna kuqala uMbuso. (Math 6:33) Amazwi kaJesu alandelayo angasisiza siyeke ukukhathazeka ngokungadingekile.

  • Math 6:26—Singafundani ngokubuka izinyoni? (w16.07 9-10 ¶11-13)

  • Math 6:27—Kungani ukukhathazeka ngokungadingekile kuchitha isikhathi namandla? (w05 11/1 22 ¶5)

  • Math 6:28-30—Isiphi isifundo esingasifunda eminduzeni yasendle? (w16.07 10-11 ¶15-16)

  • Math 6:31, 32—AmaKristu ahluke ngaziphi izindlela ezizweni? (w16.07 11 ¶17)

Yini engifuna ukuyeka ukukhathazeka ngayo?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela