AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ISAMBULO 20-22
“Bheka! Ngenza Konke Kube Kusha”
UJehova uthembisa ukwenza konke kube kusha.
“Izulu elisha”: Uhulumeni omusha ozokwenza kube nokulunga emhlabeni
‘Umhlaba omusha’: Abantu abazithoba eMbusweni kaNkulunkulu nabaphila ngemithetho yakhe yokulunga
“Konke kube kusha”: Zonke izinto ezisihluphayo emzimbeni, engqondweni nangokomzwelo zizothathelwa indawo injabulo yosuku ngalunye oludlulayo