AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | GENESISE 3-5
Umonakalo Obangelwe Amanga Okuqala
USathane ubelokhu edukisa abantu kusukela akhohlisa u-Eva. (IsAm 12:9) Kungayiphi indlela la manga asakazwa uSathane avimba ngayo abantu ukuba basondelane noJehova?
Asikho isidalwa esinamandla kunazo zonke
UNkulunkulu unguZiqu-zintathu ongaqondakali
UNkulunkulu akanalo igama
UNkulunkulu uhlupha abantu phakade esihogweni somlilo
Yonke into eyenzekayo iyintando kaNkulunkulu
UNkulunkulu akanandaba nabantu
La manga ngoNkulunkulu akwenza uzizwe kanjani?
Ungasiza kanjani ekuhlanzeni igama likaNkulunkulu?