AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | GENESISE 36-37
Umona Wenza UJosefa Wazondwa
Okwenzeka kuJosefa kusibonisa indlela ukuba nomona ongafanele okungasilimaza ngayo. Qondanisa imiBhalo nezizathu ezibonisa ukuthi kungani kufanele sisuse imizwa esingase sibe nayo ehlobene nomona ongafanele.
UMBHALO
ISIZATHU
Abantu abanomona ngeke bawuzuze uMbuso kaNkulunkulu
Umona uphazamisa ukuthula nobunye bebandla
Umona uyasigulisa
Umona usenza singakuboni okuhle kwabanye
Yiziphi izimo ezingase zisenze sibe nomona?