Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb20 Julayi k. 8
  • Thobeka Lapho Abanye Bekuncoma

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Thobeka Lapho Abanye Bekuncoma
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Yiba Qotho Lapho Ulingwa
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
  • Dumisani UJehova, UNkulunkulu Wethu!
    Hubelani UJehova
  • Indlela Yokuncoma Izingane
    I-Phaphama!—2015
  • Dumisani UJehova, UNkulunkulu Wethu!
    ‘Culela UJehova Ngenjabulo’
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
mwb20 Julayi k. 8

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Thobeka Lapho Abanye Bekuncoma

Ngesinye isikhathi, abanye bangase basincome. Lokhu kungasikhuthaza uma umuntu esincoma ngokusuka enhliziyweni futhi enesisusa esifanele. (IzA 15:23; 31:10, 28) Kodwa kumelwe siqaphele ukuba lokho kunconywa kungasenzi sizizwe sibakhulu futhi siqhoshe.

BUKELA IVIDIYO ETHI YIBA QOTHO NJENGOJESU​—LAPHO UNCONYWA, BESE UPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Yiziphi izinto ezingenza abanye basincome?

  • Abazalwane babemncoma ngaziphi izindlela uSizwe?

  • Ukumncoma kwabo kwaphenduka kanjani kwaba okungafanele?

  • Yiziphi izifundo ozifundayo endleleni uSizwe aphendula ngayo ngokuthobeka?

Isiqephu sevidiyo ethi ‘Yiba Qotho NjengoJesu​—⁠Lapho Unconywa,’ ebonisa indlela uSizwe aphendula ngayo ngokuthobeka lapho abafowethu bemncoma ngokweqile bengaqondile embuthanweni owawusekhaya lomzalwane.
    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela