Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb21 Meyi k. 11
  • Fundisa Ngentshiseko

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Fundisa Ngentshiseko
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Intshiseko
    Zuza Emfundweni YeSikole Senkonzo Esingokwasezulwini
  • Intshiseko
    Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
  • Buza Imibuzo
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
  • Thinta Inhliziyo
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
mwb21 Meyi k. 11
Umzalwane uyamomotheka futhi unyakazisa izandla njengoba efunda iBhayibheli nobaba osekhulile.

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI | YIJABULELE NAKAKHULU INKONZO YAKHO

Fundisa Ngentshiseko

Intshiseko iyathelelana. Ingenza abasilale balalelisise. Ibonisa nokuthi siyawuthanda umyalezo wethu. Kungakhathaliseki ukuthi singabaluphi uhlanga noma sinobuntu obunjani, singafunda ukuba nentshiseko. (Rom 12:11) Kanjani?

Okokuqala, cabanga ngokuthi ubaluleke kangakanani umyalezo ozowusho. Siphathiswe umsebenzi ‘wokumemezela izindaba ezinhle zezinto ezinhle!’ (Rom 10:15) Okwesibili, cabanga ngomphumela omuhle izindaba ezinhle ezingaba nawo kokhuluma nabo. Kubalulekile ukuba bakuzwe lokho ofuna ukubatshela kona. (Rom 10:13, 14) Okokugcina, khuluma ngentshiseko, unyakazise umzimba ngendlela engokwemvelo nobuso bakho bubonise ukuqiniseka.

BUKELANI IVIDIYO ETHI THOLA INJABULO YOKWENZA ABAFUNDI—THUTHUKISA AMAKHONO AKHO—FUNDISA NGENTSHISEKO BESE NIPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Isiqephu sevidiyo ethi ‘Thola Injabulo Yokwenza Abafundi​—Thuthukisa Amakhono Akho​—Fundisa Ngentshiseko.’ UNonto ubukeka ekhathazekile njengoba uMbali ethe ngeke bakwazi ukufunda.

    Yini eyanciphisa intshiseko kaNonto yokutadisha iBhayibheli noMbali?

  • Isiqephu sevidiyo ethi ‘Thola Injabulo Yokwenza Abafundi​—Thuthukisa Amakhono Akho​—Fundisa Ngentshiseko.’ UMbali ubonakala engakuthandi ukufunda njengoba efundelwa iBhayibheli.

    Yini eyasiza uNonto waphinde waba nentshiseko?

  • Isiqephu sevidiyo ethi ‘Thola Injabulo Yokwenza Abafundi​—Thuthukisa Amakhono Akho​—Fundisa Ngentshiseko.’ UMbali noNonto baxoxa kamnandi ngemva kokufunda.

    Intshiseko iyathelelana

    Kungani kumelwe sigxile kokuhle kulabo esikhuluma nabo?

  • Intshiseko yethu ingase ibe namuphi umphumela kulabo esitadisha nabo iBhayibheli nakwabanye?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela