Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mrt isihloko 108
  • UJesu Uzoqeda Ubumpofu

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • UJesu Uzoqeda Ubumpofu
  • Izihloko Ezengeziwe
  • Indaba Ethi Ayifane
  • UJesu Uzoqeda Izimpi
    Izihloko Ezengeziwe
  • Lingisa Isibonelo SikaJesu Ukhathalele Abampofu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2006
  • UJesu Uzoqeda Ubugebengu
    Izihloko Ezengeziwe
  • Ubani Ongamethemba?—Lithini IBhayibheli?
    Izihloko Ezengeziwe
Bheka Okunye
Izihloko Ezengeziwe
mrt isihloko 108
Izandla ezikhangezile zomuntu ocela usizo.

panitan/stock.adobe.com

UMKHANKASO WESIKHUMBUZO

UJesu Uzoqeda Ubumpofu

Ngesikhathi esemhlabeni,uJesu wabonisa uthando olukhulu ngabantu, ikakhulu kulabo ababempofu nababehlukumezekile. (Mathewu 9:36) Waze wanikela ngokuphila kwakhe ukuze kuzuze abanye. (Mathewu 20:28; Johane 15:13) Maduze, uzophinde abonise ukuthi uyabathanda abantu ngokusebenzisa igunya namandla akhe njengeNkosi yoMbuso kaNkulunkulu ukuze aqede ukuhlupheka emhlabeni wonke.

Lisebenzisa amazwi asankondlo, iBhayibheli lichaza lokho uJesu azokwenza:

  • “Mayivikele abahluphekile, mayisindise amadodana ompofu.”—IHubo 72:4.

Yini esingayenza ukuze sibonise ukuthi siyabonga ngakho konke uJesu asenzele kona nalokho asazosenzela kona? Encwadini kaLuka 22:19, uJesu watshela abalandeli bakhe ukuba bakukhumbule ukufa kwakhe. Yileso isizathu esenza oFakazi bakaJehova bahlangane ndawonye minyaka yonke ngosuku uJesu afa ngalo. Siyakumema ukuba ube nathi lapho sikhumbula ukufa kukaJesu ngeSonto, Mashi 24, 2024.

Thola ISikhumbuzo Esiseduze Nawe

Sikumema nokuba ube khona enkulumweni yeBhayibheli ekhethekile enesihloko esithi “Uvuko Lunqoba Ukufa!” Le nkulumo izoba ngempelasonto engaphambi kwesonto leSikhumbuzo. Isikhulumi sizoxoxa ngokuthi uvuko lungasho ukuthini kuwe nabathandekayo bakho.

Thola Inkulumo Ekhethekile Eseduze Nawe

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela