Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • wp16 No. 3 k. 16
  • Lithini IBhayibheli?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Lithini IBhayibheli?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2016
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ingabe uNkulunkulu unalo igama?
  • Ingabe kubi ukubiza igama likaNkulunkulu?
  • Igama LikaNkulunkulu
    I-Phaphama!—2017
  • Kungani Kufanele Sisebenzise Igama LikaNkulunkulu?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2012
  • Isizathu Sokuba Sazi Igama LikaNkulunkulu
    IGama Laphezulu Eliyohlala Phakade (na)
  • Ubani Igama LikaNkulunkulu?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2019
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2016
wp16 No. 3 k. 16
Igama likaNkulunkulu eliphawulwe ngokwehlukile emiBhalweni yesandla yasendulo

Igama likaNkulunkulu (eliphawulwe ngokwehlukile) emiBhalweni yesandla yasendulo

Lithini IBhayibheli?

Ingabe uNkulunkulu unalo igama?

ABANYE ABANTU BATHI akanalo igama, abanye bathi igama lakhe uNkulunkulu noma iNkosi, kanti abanye bathi unamagama amaningi. Wena ucabangani?

LOKHO OKUSHIWO IBHAYIBHELI

“Wena, ogama lakho linguJehova, Wena wedwa ungoPhezukonke emhlabeni wonke.”—IHubo 83:18.

YINI ENYE ESINGAYIFUNDA EBHAYIBHELINI?

  • Nakuba uNkulunkulu eneziqu eziningi, uzinike igama elilodwa.—Eksodusi 3:15.

  • UNkulunkulu akayona imfihlakalo; ufuna simazi.—IzEnzo 17:27.

  • Ukwazi igama likaNkulunkulu kungaba isinyathelo sokuqala sokuba nobudlelwane obuhle naye.—Jakobe 4:8.

Ingabe kubi ukubiza igama likaNkulunkulu?

UBUNGATHINI?

  • Yebo

  • Cha

  • Kuya ngezimo

OKUSHIWO IBHAYIBHELI

“Ungalisebenzisi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho.” (Eksodusi 20:7) Ukusebenzisa igama likaNkulunkulu kubi kuphela uma lisetshenziswa ngendelelo.—Jeremiya 29:9.

YINI ENYE ESINGAYIFUNDA EBHAYIBHELINI?

  • UJesu wayelazi futhi elisebenzisa igama likaNkulunkulu.—Johane 17:25, 26.

  • UNkulunkulu usicela ukuba simbize ngegama.—IHubo 105:1.

  • Izitha zikaNkulunkulu zizama ukwenza abantu balikhohlwe igama lakhe.—Jeremiya 23:27.

Ukuze uthole okwengeziwe, bheka isahluko 1 sale ncwadi, Lifundisani Ngempela IBhayibheli? enyatheliswa oFakazi BakaJehova

Iyatholakala nasengosini ethi www.pr2711.com/zu

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela