Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 109
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

AmaHubo Okuphakathi

      • Umthandazo womuntu ocindezelekile

        • ‘Isikhundla saso masithathwe ngomunye’ (8)

        • UNkulunkulu umi ohlangothini lompofu (31)

IHubo 109:1

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 33:1

IHubo 109:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 15:2, 3; IHu 31:18

IHubo 109:3

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 15:12; 16:5-7; IHu 69:4

IHubo 109:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 13:39

IHubo 109:5

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 35:11, 12; 38:19, 20
  • +IHu 55:12-14

IHubo 109:6

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “osisolayo.”

IHubo 109:7

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “makuthiwe sibi.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Isay 1:15; Mik 3:4

IHubo 109:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 55:23; Mat 27:5
  • +IzE 1:16-20

IHubo 109:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Amadodana.”

IHubo 109:10

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “amadodana.”

IHubo 109:11

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Otshelekisa ngenzalo eyeqile makabekele konke esinako izicupho.”

IHubo 109:12

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “uthando oluqotho.”

IHubo 109:13

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “Isizukulwane.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 37:28

IHubo 109:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 3:28, 29; 21:1

IHubo 109:15

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 34:16

IHubo 109:16

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “uthando oluqotho.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jak 2:13
  • +IHu 10:2
  • +2Sa 16:11; 17:1, 2; IHu 37:32

IHubo 109:19

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 109:29

IHubo 109:20

Izikhombo Zezincwadi

  • +2Sa 17:23

IHubo 109:21

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 25:11; 31:3
  • +IHu 36:7; 69:16; 86:5

IHubo 109:22

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 40:17
  • +IHu 102:4

IHubo 109:24

Imibhalo Yaphansi

  • *

    NgesiHebheru, “Nenyama yami yondile, ayinawo amafutha.”

IHubo 109:25

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 31:11
  • +IHu 22:7; Mat 27:39

IHubo 109:29

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “ngejazi elingenamikhono.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 35:26

IHubo 109:30

Izikhombo Zezincwadi

  • +IHu 22:22

Okunye

IHu. 109:1IHu 33:1
IHu. 109:22Sa 15:2, 3; IHu 31:18
IHu. 109:32Sa 15:12; 16:5-7; IHu 69:4
IHu. 109:42Sa 13:39
IHu. 109:5IHu 35:11, 12; 38:19, 20
IHu. 109:5IHu 55:12-14
IHu. 109:7Isay 1:15; Mik 3:4
IHu. 109:8IHu 55:23; Mat 27:5
IHu. 109:8IzE 1:16-20
IHu. 109:13IHu 37:28
IHu. 109:142Sa 3:28, 29; 21:1
IHu. 109:15IHu 34:16
IHu. 109:16Jak 2:13
IHu. 109:16IHu 10:2
IHu. 109:162Sa 16:11; 17:1, 2; IHu 37:32
IHu. 109:19IHu 109:29
IHu. 109:202Sa 17:23
IHu. 109:21IHu 25:11; 31:3
IHu. 109:21IHu 36:7; 69:16; 86:5
IHu. 109:22IHu 40:17
IHu. 109:22IHu 102:4
IHu. 109:25IHu 31:11
IHu. 109:25IHu 22:7; Mat 27:39
IHu. 109:29IHu 35:26
IHu. 109:30IHu 22:22
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IHubo 109:1-31

AmaHubo

Kumqondisi. Ihubo likaDavide.

109 O Nkulunkulu engimkhonzayo, + ungathuli.

 2 Ngoba ababi nabakhohlisayo bavula imilomo yabo ukuze bamelane nami.

Bakhuluma ngami ngolimi olunamanga; +

 3 Bangihaqa ngamazwi anenzondo,

Bangihlasela ngaphandle kwesizathu. +

 4 Bamelana nami lapho ngibabonisa uthando; +

Kodwa ngiyaqhubeka ngithandaza.

 5 Bangibuyisela okubi ngokuhle engikwenzile +

Nenzondo ngothando lwami. +

 6 Beka umuntu omubi phezu kwesitha sami;

Kwangathi omelene naso* angama ngasesandleni saso sokudla.

 7 Lapho sahlulelwa, masitholakale sinecala;*

Kwangathi ngisho nomthandazo waso ungabhekwa njengesono. +

 8 Izinsuku zaso mazibe mbalwa; +

Isikhundla saso sokuba umbonisi masithathwe omunye. +

 9 Izingane* zaso mazibe yizintandane,

Nomkaso abe ngumfelokazi.

10 Kwangathi izingane* zaso zingaphila ngokucela,

Zifune ukudla emakhaya azo acekeleke phansi.

11 Kwangathi lowo esimkweletayo angathatha zonke izinto zaso,*

Izihambi maziphange impahla yaso.

12 Makungabi namuntu osibonisa umusa,*

Makungabi namuntu obonisa izintandane zaso umusa.

13 Inzalo* yaso mayiqothulwe; +

Igama layo malisulwe esizukulwaneni sayo.

14 Isiphambeko sokhokho baso masikhunjulwe nguJehova, +

Nesono sikanina kwangathi singesulwe.

15 Kwangathi uJehova angahlale ekukhumbula abakwenzile;

Kwangathi angakuqeda ukukhunjulwa kwabo emhlabeni. +

16 Ngoba lo muntu akazange akhumbule ukubonisa umusa, *+

Kodwa wayelokhu ejaha umuntu ocindezelekile, + ompofu nodangele

Ukuze ambulale. +

17 Wayethanda ukuqalekisa, ngakho yilokho okwamehlela;

Wayengathandi ukubusisa, ngakho akatholanga sibusiso.

18 Wayembethe iziqalekiso njengengubo yakhe.

Zathululelwa emzimbeni wakhe njengamanzi,

Nasemathanjeni akhe njengamafutha.

19 Kwangathi iziqalekiso zakhe zingaba njengengubo azisonga ngayo +

Nanjengebhande ahlala ezibophe ngalo.

20 Lena yinkokhelo evela kuJehova yalowo omelana nami +

Neyalabo abakhuluma okubi ngami.

21 Kodwa wena Jehova Nkosi EnguMbusi,

Ngisize ngenxa yegama lakho. +

Ngikhulule, ngoba uthando lwakho oluqotho luhle. +

22 Ngoba ngihluphekile futhi ngimpofu, +

Nenhliziyo yami ihlatshiwe ngaphakathi kimi. +

23 Ngidlula njengethunzi elishabalalayo;

Ngithuntuthwe njengentethe.

24 Amadolo ami ayaxega ngenxa yokuzila ukudla;

Ngizace ngiphelile.*

25 Ngibe yinto yokuklolodelwa. +

Uma bengibona, banikina amakhanda. +

26 O Jehova Nkulunkulu wami, ngisize;

Ngisindise ngothando lwakho oluqotho.

27 Kwangathi bangazi ukuthi lokhu kungenxa yesandla sakho;

Ukuthi wena Jehova, ukwenzile.

28 Bona mabaqalekise, kodwa kwangathi wena ungabusisa.

Lapho besukuma ukuze bamelane nami, kwangathi bangahlazeka,

Kodwa inceku yakho mayijabule.

29 Labo abamelana nami mabembathe ukululazeka;

Mabasongwe ngamahloni njengokungathi ngejazi. *+

30 Ngizomdumisa kakhulu uJehova ngomlomo wami;

Ngizomdumisa phambi kwabantu abaningi. +

31 Ngoba uyokuma ngasesandleni sokudla sompofu,

Ukuze amsindise kulabo abamlahla ngecala.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela