Ezentsha Yethu
Ukubhujiswa KweSodoma NeGomora
Iziyalezo: Funda le ndaba endaweni ethule. Njengoba ufunda imiBhalo, zibone ngeso lengqondo uhilelekile kuleso senzakalo. Sibone ngeso lengqondo. Yizwa amazwi. Zizwe ngendlela abalingiswa abasemqoka abazizwa ngayo.
HLAZIYA ISIGCAWU.—FUNDA UGENESISE 19:1-14.
Chaza indlela izivakashi zikaLoti ezazibukeka ngayo ngokwalokho okubona ngeso lengqondo.
․․․․․
Hlobo luni lwabantu olwalusesixukwini?
․․․․․
ZINDLA NGOKUJULILE.—FUNDA UGENESISE 13:7-13.
Kwenzeka kanjani ukuba uLoti agcine eseyisakhamuzi saseSodoma?
․․․․․
Kungani uJehova ahlulela ababehlala lapho njengabafanelwe imbubhiso?
․․․․․
FUNDA UGENESISE 19:15-26.
UJehova wakubonisa ngaziphi izindlela ukumcabangela uLoti?
․․․․․
Kungani umkaLoti abheka emuva?
․․․․․
Wabhujiselwani?
․․․․․
SEBENZISA OKUFUNDILE. BHALA LOKHO OKUFUNDILE MAYELANA . . .
Nendlela uJehova abubheka ngayo ububi.
․․․․․
Nozwela lukaJehova.
․․․․․
Nokuxwayisa kukaJehova abantu bakhe ngaphambi kokuba akhiphe isahlulelo.
․․․․․
Iyiphi ingxenye yalokhu kulandisa ekuhlaba umxhwele, futhi ngani?
․․․․․
․․․․․․․․