Uhlu Lokuphakathi
November 22, 2000
Izilwandle Zembula Izimfihlakalo Zazo Ezijulile
Ekujuleni kolwandle, ososayensi baye bathola izinhlobo zezinto eziphilayo ezazingaziwa ngaphambili. Lezi zilwane ziphila kanjani ezimweni eziyingozi? Futhi yini esingayifunda kuzo?
3 Izimangaliso Nezimfihlakalo Ezisekujuleni Kolwandle
4 Ukwambula Izimfihlakalo Zasekujuleni Kolwandle
11 Umhlaba—Uyindawo Yokuphila Kuze Kube Phakade
16 Umbala Okhangayo We-Koryo Celadon
19 Ingabe Unemilenze Eyaluzayo?
24 Ukuvuselela Uhlaza Lwehlathi Lase-Amazon
30 Okuphawulwa Abafundi Balo Magazini
31 Ukuvikela Amazinyo Asheshe Azwele
32 “Sasidalelwe Ukuphila Phakade”
Kungani abanye obaba beshiya imikhaya yabo? Izingane zingabhekana kanjani nobuhlungu benhliziyo?
Ukusuka Ezinhlungwini Kuya Ekubulaweni Kwezinzwa 21
Ungacabanga ukuthi kunjani ukuhlinzwa uzwa? Funda ngezinye izinto ezithakazelisayo ngomlando wokubulala izinzwa.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
Photograph by Richard A. Lutz, Rutgers University, New Brunswick, New Jersey