Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 5/06 k. 12-k. 31
  • Ubungaphendula Kanjani?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ubungaphendula Kanjani?
  • I-Phaphama!—2006
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • KWENZEKA KUPHI?
  • KWENZEKA NINI?
  • NGINGU-BANI?
  • NGINGUBANI?
  • IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2006
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2006
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2007
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2007
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2006
g 5/06 k. 12-k. 31

Ubungaphendula Kanjani?

KWENZEKA KUPHI?

1. Kukuyiphi indawo lapho le ndoda eyazalwa iyimpumputhe yaqala khona ukubona?

Kokelezela impendulo yakho ebalazweni.

IJERUSALEMA

Ichibi Lase-Bhethesda

Umthombo WaseGihoni

Ichibi Lase-Silowama

◆ Yini uJesu ayenza kule ndoda ngaphambi kokuba ayithumele kuleyo ndawo?

․․․․․

◆ Obani laba bantu ababili asebekhulile abemi ngemuva, futhi kungani besaba?

․․․․․

Eningaxoxa Ngakho: Ufundani kule ndaba?

KWENZEKA NINI?

Dweba umugqa osuka endaweni ngayinye yokukhulekela uye onyakeni eyaqedwa ngawo ukwakhiwa.

1513 1512 1473 1027 515 455 B.C.E.

2. 1 AmaKhosi 6:1, 37, 38

3. Eksodusi 40:1, 2, 33

4. Ezra 6:15

NGINGU-BANI?

5. Ngangiyinceku yenkosi eyiqaba, kodwa amakhono ami asetshenziselwa ukwakha ithempeli.

NGINGUBANI?

6. Umkhulu wase- kela ingalo kaMose, kanti mina ngenza umsebenzi owasekela itabernakele.

IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

Ikhasi 3 Okwamanje kulindeleke ukuba umuntu aphile isikhathi esingakanani? (IHubo 90:____)

Ikhasi 9 UJehova uyokwenzani ngokufa? (Isaya 25:____)

Ikhasi 17 Ukufunda iBhayibheli kukusiza ukuba wenzeni? (IzEnzo 17:____)

Ikhasi 24 Izipanji zasolwandle ziwubufakazi bani? (IHubo 104:____)

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

(Izimpendulo zisekhasini 12)

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. Echibini laseSilowama.—Johane 9:7.

◆ UJesu wenza udaka ngamathe wayeselunameka emehlweni ale ndoda eyimpumputhe.—Johane 9:6.

◆ Abazali bale ndoda. Besaba ukuxoshwa esinagogeni.—Johane 9:18-23.

2. 1027 B.C.E.

3. 1512 B.C.E.

4. 515 B.C.E.

5. UHiramu.—1 AmaKhosi 7:13, 14; 2 IziKronike 2:12-14.

6. UBhezaleli.—Eksodusi 17:11, 12; 35:30, 31.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela