Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 5/07 k. 28-k. 31
  • Ubungaphendula Kanjani?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ubungaphendula Kanjani?
  • I-Phaphama!—2007
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • KWENZEKA KUPHI?
  • KWENZEKA NINI?
  • NGINGUBANI?
  • NGINGUBANI?
  • IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2007
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2007
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2007
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2007
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2007
g 5/07 k. 28-k. 31

Ubungaphendula Kanjani?

KWENZEKA KUPHI?

1. Senzeka kumuphi umuzi lesi senzakalo?

Kokelezela impendulo yakho ebalazweni.

◆ Kwenzeka kanjani ukuba uSamsoni abe sethempelini lamaFilisti?

◆ Kungani uSamsoni ayenamandla kangaka?

◼ Eningaxoxa Ngako: Yini oyifundayo ngoJehova kulokhu kulandisa?

KWENZEKA NINI?

Yisho umlobi noma abalobi bezincwadi zeBhayibheli ezingezansi, bese udweba umugqa ohlanganisa incwadi nonyaka okungenzeka yaqedwa ngawo.

475 B.C.E. 455 B.C.E. 443 B.C.E. 60-61 C.E. 65-66 C.E.

2. Nehemiya

3. Esteri

4. Efesu

NGINGUBANI?

5. Ngenqaba ukushiya idili lami, nakuba ngangibizwa inkosi.

NGINGUBANI?

6. UPawulu wacela mina no-Onesimu ukuba sihambise izincwadi e-Efesu naseKolose.

IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

Ikhasi 7 Isiphi esinye sezipho ezivela kuNkulunkulu? (UmShumayeli 3:____)

Ikhasi 10 UNkulunkulu ubathembisani abampofu? (IHubo 9:____)

Ikhasi 13 Isiphi esinye sezizathu zokwehlelwa izinto ezinhle noma ezimbi? (UmShumayeli 9:____)

Ikhasi 19 Yini okudingeka uyiqonde ngomuntu ocabangela ukushada naye? (1 Petru 3:____)

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

(Izimpendulo zisekhasini 28)

[Ibalazwe ekhasini 31]

(Ukuze ubone ukuthi indaba ihlelwe kanjani, bheka encwadini)

IJopha

IJerusalema

I-Ashikeloni

IGaza

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. EGaza.—AbaHluleli 16:21-30. ◆ USamsoni wazifaka esimweni esaholela ekubeni alahlekelwe ilungelo lokuba umNaziri. ◆ UJehova wayemnikeza amandla.—AbaHluleli 16:28.

2. UNehemiya, ngemva kuka-443 B.C.E.

3 UMoridekayi, ngo-475 B.C.E.

4. UPawulu, ngo-60-61 C.E.

5. UVashiti.—Esteri 1:9-12.

6. UThikhiku.—Efesu 6:21, 22; Kolose 4:7-9.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela