Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 2/11 kk. 28-31
  • Ukubukeza Komkhaya

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukubukeza Komkhaya
  • I-Phaphama!—2011
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Yini Engekho Kulesi Sithombe?
  • Wagcine Bese Uwafunda Kamuva
  • Abantu Namazwe
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 30 NO-31
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2011
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2011
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2011
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2011
g 2/11 kk. 28-31

Ukubukeza Komkhaya

Yini Engekho Kulesi Sithombe?

Funda eyesi-2 AmaKhosi 4:8-10. Manje bheka isithombe. Yini engekho? Bhala izimpendulo zakho emigqeni engezansi. Hlanganisa amachashaza ukuze isithombe siphelele, bese usifaka imibala.

1. ․․․․․

2. ․․․․․

3. ․․․․․

[Umdwebo]

(Bheka encwadini)

ENINGAXOXA NGAKHO:

Wawubonisa kanjani umusa lona wesifazane? UJehova wayibusisa kanjani imizamo yakhe yokusekela umprofethi wakhe?

UMKHONDO: Funda eyesi-2 AmaKhosi 4:32-37.

Ungawubonisa kanjani umusa ezikhonzini zikaJehova namuhla?

UMKHONDO: Funda amaRoma 12:13; Galathiya 6:10.

OKUNGENZIWA UMKHAYA:

Ngaphandle kokusho okuthile, elinye ilungu lomkhaya lingalingisa ingxenye yomunye wabalingiswa abakulokhu kulandisa kweBhayibheli okungenhla. Wonke amanye amalungu omkhaya kufanele azame ukuqagela ukuthi ubani lo mlingiswa.

Wagcine Bese Uwafunda Kamuva

Wasike, uwasonge bese uwabeka

IKHADI LEBHAYIBHELI 2 UDANIYELI

IMIBUZO

A. Kungani uDaniyeli aphonswa emphandwini wezingonyama?

B. Kwakungobani amagama esiHebheru abangane abathathu bakaDaniyeli?

C. UDaniyeli wakhonza ngaphansi kwamiphi imibuso yezizwe emibili?

[Ishadi]

4026 B.C.E. 1 C.E. 98 C.E.

Ukudalwa kuka-Adamu Waphila cishe Incwadi yokugcina

ngawo-600 B.C.E. yeBhayibheli eyalotshwa

[Ibalazwe]

Wathathwa eJerusalema wayiswa eBhabhiloni

IJerusalema

IBhabhiloni

UDANIYELI

UMLANDO

Cishe wayengowasebukhosini esizweni sakwaJuda. Wayengumprofethi othembekile owaphefumulelwa ukuba alobe incwadi yeBhayibheli ebizwa ngegama lakhe. Kungenzeka uDaniyeli wayesemusha lapho yena namanye amalungu asebukhosini nezikhulu bethunjwa uNebukhadinezari beyiswa eBhabhiloni.

IZIMPENDULO

A. Wathandaza kuJehova nakuba ayeyalwe ukuba angakwenzi lokho.—Daniyeli 6:6-17.

B. UHananiya, uMishayeli no-Azariya.—Daniyeli 1:6, 7.

C. IBhabhiloni namaMede namaPheresiya.—Daniyeli 5:30; 6:8.

Abantu Namazwe

4. Amagama ethu uJorge, uNicolas noPriscilian. Sihlala eBelize, eMelika Ephakathi. Cishe bangaki oFakazi BakaJehova abahlala eBelize? Ingabe bangu-600, 2 000 noma 3 500?

5. Yiliphi ichashaza elibonisa izwe esihlala kulo? Likokolozele, bese ubeka ichashaza lapho wena uhlala khona, futhi ubone ukuthi useduze kangakanani neBelize.

A

B

C

D

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

● Izimpendulo zemibuzo esekhasini 30 no-31 zisekhasini 28

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 30 NO-31

1. Usofa.

2. Itafula.

3. Isihlalo.

4. 2 000.

5. A.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela