Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g20 No. 1 k. 3
  • Ingabe Ucindezelekile?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ingabe Ucindezelekile?
  • IPhaphama!—2020
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ukucindezeleka Okuzuzisayo Nokucindezeleka Okuyingozi
    I-Phaphama!—1998
  • Indlela Yokulawula Ukucindezeleka
    I-Phaphama!—2010
  • Ngingabhekana Kanjani Nokucindezeleka Esikoleni?
    Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo, Umqulu 1
  • Izimbangela Nemiphumela Yokucindezeleka
    I-Phaphama!—2005
Bheka Okunye
IPhaphama!—2020
g20 No. 1 k. 3
Owesifazane ocindezelekile usemsebenzini ubhekise phansi ikhanda futhi ubukeka edangele.

THOLA IMPUMUZO EKUCINDEZELEKENI

Ingabe Ucindezelekile?

“Wonke umuntu ucindezelekile ngokwezinga elithile, kodwa mina ngicindezeleke kakhulu. Ukucindezeleka kwami akuveli nje enkingeni eyodwa enkulu, kodwa kuvela ezimweni eziningi, ukushikashikeka neminyaka eminingi yokunakekela umyeni wami ogula emzimbeni nasengqondweni.”—UJill.a

“Umkami wangishiya, kwadingeka ngikhulise izingane zami ezimbili ngingedwa. Kwakunzima ukuba umzali oyedwa. Ngaphezu kwalokho, ngalahlekelwa umsebenzi futhi ngangingenayo imali eyanele yokulungisa imoto yami. Ngangingazi ukuthi kufanele ngenzenjani. Ngangicindezeleke kakhulu. Ngangazi ukuthi akulungile ukuzibulala, ngakho ngancenga uNkulunkulu ukuba aqede usizi lwami.”—UBarry.

NjengoJill noBarry, kuyenzeka yini nawe ngezinye izikhathi uzizwe ucindezeleke kakhulu? Uma kunjalo, kwangathi izihloko ezilandelayo zingakududuza futhi zikusize. Zikhuluma ngezinto ezivamile ezibangela ukucindezeleka, indlela okusithinta ngayo nendlela esingathola ngayo impumuzo ethile ekucindezelekeni.

a Amagama ashintshiwe.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela