Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • yp2 kk. 12-13
  • Abobulili Obuhlukile

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Abobulili Obuhlukile
  • Intsha Iyabuza Izimpendulo Ezisebenzayo—Umqulu 2
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ngingaqala Nini Ukuqomisana?
    I-Phaphama!—2007
  • Ingabe Ngikulungele Ukuphola?
    Intsha Iyabuza Izimpendulo Ezisebenzayo—Umqulu 2
  • Ingabe Simane Singabangane Nje—Noma Kungaphezu Kwalokho?, Ingxenye 2
    I-Phaphama!—2012
  • Yini Engalungile Ngokuzixoxela Nje?
    I-Phaphama!—1992
Bheka Okunye
Intsha Iyabuza Izimpendulo Ezisebenzayo—Umqulu 2
yp2 kk. 12-13

Ingxenye 1

Abobulili Obuhlukile

Ake sithi ubona intombazane nomfana bebambene ngezandla bethilileka emaphasishi lapho kushintshwa amakilasi esikoleni. Uzizwa kanjani?

□ Awunandaba

□ Unomona kancane

□ Uyafa umona

Usebhayisikobho nabangane bakho bese uphawula ukuthi wonk’ umuntu uhamba nesithandwa sakhe—nguwe kuphela ongenabani! Uzizwa kanjani?

□ Awunankinga

□ Uba namahloni kancane

□ Uyafa umona

Muva nje umngane wakho omkhulu uqale ukubonisa isithakazelo kothile wobulili obuhlukile futhi sebeyathandana. Uzizwa kanjani?

□ Uyajabula

□ Unomona kancane

□ Kuyakucasula

Umfana nentombazane, intombazane nomfana. Ubathola yonk’ indawo—esikoleni, emgwaqweni nasezitolo. Njalo uma ubabona uzwa isifiso esinamandla sokuba nomuntu ophola naye. Kodwa ingabe ukulungele ukuphola nothile? Uma usukulungele, ungamthola kanjani umuntu okufanele? Uma usumtholile, ungakugcina kanjani ukuthandana kwenu kuhlanzekile? Izahluko 1-5 zizokusiza uphendule le mibuzo.

[Isithombe esigcwele ikhasi ekhasini 12, 13]

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela