Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/02 k. 4
  • Ongase Ukusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongase Ukusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongase Ukusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
km 6/02 k. 4

Ongase Ukusho Ngomagazini

INqabayokulinda June 15

“Ingabe ucabanga ukuthi ziyoke ziphele izinkinga ezinjengalezi? [Funda ingcaphuno esesethulweni sesihloko sokuqala, bese ulindela impendulo.] IZwi likaNkulunkulu eliphefumulelwe liyasiqinisekisa ukuthi maduzane izinkinga ezinjengalezi zizophela. [Funda iHubo 72:12-14.] Le Nqabayokulinda ichaza ukuthi lokhu kuyokwenzeka kanjani.”

INqabayokulinda july 1

“Kunabantu abayizigidi abasebenzisa izithombe noma imifanekiso ekukhulekeleni kwabo, kuyilapho abanye abayizigidi becabanga ukuthi ukwenza kanjalo akulungile. Wake wazibuza yini ukuthi uNkulunkulu uthini? [Lindela impendulo. Yibe usufunda uJohane 4:24.] Lezi zihloko ziyachaza ukuthi ukusetshenziswa kwemifanekiso kwaqala kanjani nokuthi iBhayibheli lithini ngokukhulekela izithombe.”

Phaphama! July 8

“Ingabe ucabanga ukuthi wonke umuntu emhlabeni uyoke athole inkululeko yangempela? [Lindela impendulo.] Yizwa ukuthi uNkulunkulu usithembisa into enhle kanjani. [Funda eyabaseRoma 8:21.] Ukuze leso sithembiso sigcwaliseke, bekungadingeka kuphele bonke ubugqila, akunjalo? Le Phaphama! ibonisa ukuthi lokhu kuyokwenzeka kanjani.”

“IBhayibheli laprofetha ukuthi ezinsukwini zokugcina kwakuyoba nezikhathi ezinzima. [Funda eyesi-2 Thimothewu 3:1, 3.] Emhlabeni jikelele, ukudlanga kobugebengu kuyakufakazela lokhu. Cabanga nje ukuthi izimo zaziyoba zimbi kangakanani ukube amaphoyisa abengekho! Le Phaphama! ikhuluma ngezinselele amaphoyisa abhekana nazo emhlabeni kabanzi.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela