Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 2/03 k. 8
  • Ongase Ukusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongase Ukusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
km 2/03 k. 8

Ongase Ukusho Ngomagazini

INqabayokulinda Feb. 15

“Abanye abantu bayazibuza ukuthi uNkulunkulu unazo yini izimfanelo zobuntu. Abanye bathi unazo kodwa bacabanga ukuthi ukude kakhulu nabo. Uke wakuqaphela lokho? [Lindela impendulo.] Phawula ukuthi kungani kubalulekile ukwazi ukuthi uNkulunkulu ungumuntu onjani. [Funda uJohane 17:3.] Uzozithola zithakazelisa izihloko zokuqala zalo magazini ezimayelana nale ndaba.”

INqabayokulinda Mar. 1

“Singathanda ukuzwa umbono wakho ngalo mbhalo othakazelisayo. [Funda uMathewu 5:10.] Umuntu angajabula kanjani ebe eshushiswa? [Lindela impendulo.] Izihloko ezimbili zokuqala kulo magazini zikhuluma ngabanye abaqhubeka bejabula naphezu kokuhlupheka. Kuzokuthakazelisa ukuzwa ukuthi bakwenza kanjani lokho.”

Phaphama! Mar. 8

“Ucabanga ukuthi uNkulunkulu wayeqonde ukuba abantu, kuhlanganise nezingane, babenenkinga yokungondleki? [Lindela impendulo.] Yizwa lesi sithembiso esiduduzayo esitholakala eBhayibhelini. [Funda IHubo 72:16.] Le Phaphama! ikhuluma ngezimbangela zokungondleki futhi okubaluleke nakakhulu ikhuluma ngesithembiso sikaNkulunkulu sokukuqeda ngokushesha.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela