Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 8/03 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
km 8/03 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Aug. 15

“Abantu abaningi bayalazisa idumela elihle. Abanye baze bazibuze nokuthi bayokhunjulwa kanjani lapho sebefile. Wake wacabanga ngalokho? [Lindela impendulo, bese ufunda UmShumayeli 7:1.] Le Nqabayokulinda ikhuluma ngendlela esingazakhela ngayo igama elihle kubantu nakuNkulunkulu.”

INqabayokulinda Sept. 1

“Abantu abaningi bakholelwa ukuthi izinkolo ezahlukahlukene zesintu zimane nje ziyizindlela ezahlukahlukene eziya endaweni eyodwa. Abanye bakholelwa ukuthi kunenkolo eyodwa kuphela yeqiniso. Wake wazibuza ngalokhu? [Lindela impendulo.] Lo magazini uhlaziya umfanekiso wasendulo ocacisa le ndaba.” Qokomisa uMathewu 13:24-30.

Phaphama! Sept. 8

“Uma wena noma ilungu lomkhaya wakini nake naxhashazwa iziqhwaga, wazi kahle ukuthi kungacindezela kanjani lokho. [Lindela impendulo.] Le Phaphama! inikeza amacebiso awusizo kulabo abaxhashazwa iziqhwaga. Ikhuluma nangesithembiso sikaNkulunkulu sesikhathi lapho ukuphila kuyobe kungasenazo nhlobo izinkinga ezinjalo.” Funda uMika 4:4.

“Izimfashini zinethonya elinamandla ekuphileni kwabantu abaningi namuhla. Abanye banomuzwa wokuthi kugcizelelwa kakhulu lokho abantu abakugqokayo nendlela ababukeka ngayo. Ucabangani? [Lindela impendulo.] Le Phaphama! iveza umbono ofanele ngezimfashini.” Funda eyabaseKolose 3:12.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela