Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 8/05 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
km 8/05 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Aug. 15

“Ngemva kosizi lokushonelwa othile, abaningi baye bazibuze ukuthi kwenzekani lapho umuntu efa. Ucabanga ukuthi kungenzeka ukuba umuntu aqonde indaba yokufa? [Lindela impendulo.] Lo magazini uchaza lokho iBhayibheli elikushoyo ngesimo sabafileyo. Ukhuluma nangesithembiso sikaNkulunkulu sokuvusa izihlobo zethu ezithandekayo esezashona.” Funda uJohane 5:28, 29.

INqabayokulinda Sept. 1

“Ezweni lanamuhla, ukwethembeka kuyimfanelo abantu abayincomayo nje esikhundleni sokuba bayibonakalise. Bekungeke yini kube kuhle ukube abantu abengeziwe bebefana nomngane ochazwe lapha? [Funda izAga 17:17 bese ulindela impendulo.] Lo magazini uchaza izinzuzo esizithola ngokwethembeka emkhayeni nakubangane.”

Phaphama! Sept. 8

“Uthi bewazi nje ukuthi imboni yezokuvakasha iye yabizwa ngokuthi umqashi ophuma phambili emhlabeni wonke? [Lindela impendulo.] Ukuchuma kwemboni yezokuvakasha kuye kwaletha kokubili, izinzuzo nezinkinga. Lo magazini uhlola izici ezinhle nezimbi zale mboni yanamuhla yezokuvakasha. Uqukethe namacebiso awusizo kubantu abavakashela kwamanye amazwe.”

“Mhlawumbe ukuthola kumangalisa ukubambisana kwendalo. [Yisho isibonelo esisodwa okukhulunywe ngaso esihlokweni.] Akudabukisi yini ukuthi asikuboni lokhu kubambisana phakathi kwabantu? [Lindela impendulo.] Lo magazini uchaza indlela uNkulunkulu azoletha ngayo ukuthula nobumbano emhlabeni wethu maduze.” Funda u-Isaya 11:9.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela