Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 8/04 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
km 8/04 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Aug. 15

“Namuhla, abantu bafuna iseluleko ngomshado nangokukhulisa abantwana ezindaweni eziningi. Ucabanga ukuthi singatholakalaphi iseluleko esingcono kunazo zonke? [Lindela impendulo.] Le Nqabayokulinda ixoxa ngezinye zezeluleko ezihlakaniphile ezivela kuMdali wesintu maqondana nokuphila komkhaya.” Funda iHubo 32:8.

INqabayokulinda Sept. 1

“Sonke sifuna ukujabula. Ucabanga ukuthi izinto ezishiwo lapha zingayiletha ngempela injabulo? [Funda uMathewu 5:4a, 6a, 10a bese ulindela impendulo.] Lo magazini uchaza lokho okushiwo amazwi eNtshumayelo edumile yaseNtabeni ukhulume nangokuthi yini enye edingekayo ukuze sijabule.”

Phaphama! Sept. 8

“Ucabanga ukuthi kubaluleke kangakanani ukuba obaba bahileleke ekuphileni kwezingane zabo? [Lindela impendulo.] Le Phaphama! ikhuluma ngenkinga ekhulayo yobaba abangayinaki imikhaya yabo. Ichaza nendlela obaba abangaba ngayo nethonya elihle ezinganeni zabo.” Funda izAga 13:1.

“Kulinganiselwa ukuthi umuntu oyedwa kwabane uzolahlekelwa ingqondo esikhathini esithile sokuphila kwakhe. Abaningi bethu bazi othile onalesi sifo. [Vula isihloko.] Lesi sihloko sinikeza ukusikisela okuwusizo ngalokho esingakwenza uma isihlobo sethu sinalesi sifo.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela