Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 9/05 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Lokho Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
  • Ongase Ukusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
km 9/05 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Sept. 15

“Abantu emhlabeni wonke bake bezwa ngoJesu Kristu. Abanye bathi wayeyindoda evelele nje. Abanye bayamkhulekela njengoNkulunkulu uMninimandla onke. Wena ucabanga ukuthi wayengubani uJesu Kristu? [Lindela impendulo.] Lo magazini uchaza ngokunembile ukuthi wayengubani, ukuthi wavelaphi nokuthi ukuphi sikhuluma nje.” Funda uJohane 17:3.

INqabayokulinda Oct. 1

Funda umbuzo osesembozweni. Yibe usubuza: “Uyazi ukuthi kukhulunywa ngasiphi isibonakaliso lapha? [Lindela impendulo, bese ufunda uMathewu 24:3.] Le Nqabayokulinda ikhuluma ngezici ezinhlanu eziyinhloko zalesi sibonakaliso futhi ichaza ukuthi kungani kufanele sizinake.” Mbonise ibhokisi elisekhasini 6.

Phaphama! Oct. 8

“Ukusebenzisa kabi utshwala kubangela izinkinga eziningi. Lo magazini ubonisa lokho okwenziwa utshwala emzimbeni. [Mbonise isithombe esisekhasini 7.] Lezi zihloko zidingida izindlela abantu abangayeka ngazo ukusebenzisa kabi utshwala nokuthi yini abanye abangayenza ukuze babasize.”

“Abantu abaningi abanawo amandla okuthola indawo yokuhlala esezingeni elifanele. Ucabanga ukuthi kuyoke kwenzeke ukuba ngelinye ilanga wonke umuntu abe nendawo yokuhlala esezingeni elifanele? [Lindela impendulo.] Le Phaphama! ibonisa imibiko yamuva ephathelene nokuntuleka kwezindlu. Ibuye ibonise okwenza siqiniseke ukuthi lesi sithembiso sikaNkulunkulu sizogcwaliseka.” Funda u-Isaya 65:21, 22.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela